Umfundi wakwaGrade 10, esikoleni samabanga aphakeme eKagiso, uthi uthishanhloko wabo wamkhombisa izithombe zocansi, wamtshela nokuthi uzomfeyilisa uma engahlukani nesoka.
↧