Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Buyashisa ubugebengu kwezomtakabani

Ukuphanga ezindlini, ukugqekeza, ukudunwa kwezimoto, nokubamba inkuzi ngesihluku kusahamba phambili ezindaweni zabadla izambane likapondo eThekwini.

View Article


UPhiyega ukhathazekile ngesihluku samaphoyisa

UKhomishana wamaPhoyisa kuZwelonke uRiah Phiyega ukhathazeke kakhulu ngezinsolo ezithi amaphoyisa ahlukumeze abulala umshayeli wetekisi e-East Rand.

View Article


Akaphenyelwa lutho uVavi - Dlamini

UNobhala Jikelele weCongress of SA Trade Unions uZwelinzima Vavi, akaphenyelwa zinsolo, kusho uMengameli wenyunyana uSdumo Dlamini.

View Article

Kudutshulwe indoda esibhedlela eKing Edward

Isesimeni esibucayi indoda esebenza esibhedlela iKing Edward, eThekwini, kulandela ukuthi idutshulwe nguzakwabo, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal

View Article

Iphoyisa eliyivolontiya lizidubule nezingane

Iphoyisa eliyivolontiya eSpringbok, lidubule labulala izingane ezimbili ngaphambi kokuthi libhekise umbhobho wesibhamu ngakulo nalo lizingqokoze lizibulale.

View Article


Umndeni wakwaSteenkamp ubonga uxhaso

Abazali bakanobuhle owabulawa uReeva Steenkamp babonge labo abelule isandla bathembisa ngosizo lwezezimali nokunye, ngokusho kwencwadi ethunyelwe ngabameli bomndeni.

View Article

Ingane yanikezwa imishanguzo okungeyona

Umntwana oneminyaka emine ubudala wase-East London kwadingeka ukuthi alaliswe esibhedlela ebuyisa ekhishwa nayisisu ngemuva kokuthi onesi bemnike imithi okungeyona.

View Article

Kuphenywa ngolwamaphoyisa aseDaveyton

I-video etshengisa usomatekisi waseDaveyton ehudulwa yiveni yamaphoyisa ihlasimulisa ngomzimba, kusho uMengameli Jacob Zuma, wathi kumele kuphenywe.

View Article


Amaphoyisa aboshelwe inkohlakalo

Abaseshi ababili abasebenza ngaphansi kweSAPS bavele eNkantolo yeMantshi yaseBloemfontein ngezinsolo zokweba imali eyabe ibekelwe imithombo yamaphoyisa.

View Article


Bagwetshiwe ababulala usozigidi

Umfelokazi kasozigidi waseDenmark kanye nezingane zakubo ezimbili, bagwetshiwe ngecala lokumbulala lo sozigidi, elenziwa ngonyaka ka-2008.

View Article

Kushone umgqekezi kwadubuleka ingane

Isinde ngokulambisa intombazane eneminyaka eyisishiyagalolunye ubudala, edubuleke ngesikhathi ubaba wayo ebambe impi nabagqekezi abakade bengene ekhaya labo eSherwood.

View Article

Kuboshwe owayengunogada wepulazi

Unogada obesebenza epulazini laKwaZulu-Natal lapho kwabulawa khona umlimi, uboshelwe icala lokubulala kuleli sonto, sekuphele iminyaka emibili lokhu kwenzeka.

View Article

Wagajwa ngumona owabulala isithandwa sakhe

Indoda, 22, ivumile ukuthi yabulala umfana, 14, emzini kamama wayo ngenxa yokuthi yayimthanda ingakwazi ukwamukela ukuthi ubudlelwano babo sebuphelile.

View Article


Ibopha amaphoyisa imindeni yabashona eMarikana

Ivule icala imindeni yabavukuzi abashona emayini yaseLonmin eMarikana, ivulela uNgqongqoshe wamaPhoyisa uNathi Mthwetha kanye noKhomishana wamaPhoyisa uRiah Phiyega.

View Article

Badedelwe ngebheyili abadayisa ngengane

Abantu abathathu kwabayisihlanu abasolwa ngokudayisisa intombazane ngomzimba eKapa bathole ibheyili, kusho umbiko.

View Article


Kuboshwe 12 ehostela KwaMashu

Kuboshwe abesilisa abangu-12 ehostela laKwaMashu, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal ngesikhathi egasele kuleli hostela ngenhloso yokuthola izibhamu ezingavunyelwe.

View Article

I-DA yamukele ukumiswa kwamaphoyisa aseDaveyton

Iqembu iDemocratic Alliance selikwamukele ukumiswa emsebenzini kwamaphoyyisa asolwa ngokuhudula abulale umshayeli wetekisi waseDaveyton.

View Article


Kuphekwa umvukuzi kolwaseMarikana

Kudingidwe ngobufakazi obethulwe ngumvukuzi owasinda esehlakalweni sokudubula sasemayini iLonmin, eMarikana, nobethulwe ngaphambi kweKhomishana kaFarlam.

View Article

Kuhlehle icala kugetshengwa umshushisi

Icala elithweswe owesilisa osolwa ngokweba iziqukathi (containers) lihlehlisiwe ngoba kukhonjwe umshushisi ngesibhamu waphucwa idokodo lecala.

View Article

Usenkantolo osolwa ngokuqasha izingane

Usomabhizinisi kulindeleke ukuthi avele enkantolo ngezinsolo zokuthi uqasha izingane ezincane ngeminyaka, kusho uMnyango wezabaSebenzi.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>