Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Siyakhula esabashone eLonmin

Izibalo zakamuva zithi bangu-36 abasebenzi basemayini abashonile ngesikhathi kusuka uthuli lwezichwe amaphoyisa abavulela ngenhlamvu, kusho uNgqongqoshe wamaPhoyisa.

View Article


Livele enkantolo iphoyisa ngelokubulala

Iphoyisa elisolwa ngokubulala ibhungu lidedelwe ngebheyili ka-R1 000 eNkantolo yesiFunda eMgungundlovu kulandela ukuqubuka kwalezi zinsolo.

View Article


Bakhala ngezimvume zokusesha abakwaKito

Amaphoyisa angu-18 abizwa ngabasocongi ayekade esebenzela esiteshini sakwaKito, eCato Manor, athi ziphambene nomthetho izimvume zokusesha imizi yawo ezakhishwa.

View Article

Ubaxakile utokoloshe oyinkonkoni

Embhedeni wabo womshado akusagcini ngokuthi kulale bona bobabili, sekukhona owesithathu okungutokoloshe oyinkonkoni, kusho izithandani ezikhathazekile.

View Article

Kuqubuke amanye amacala ngoGcabashe

Uphinde wethwesa amanye amacala uSibusiso Gcabashe, nowazibiza ngoMgqumeni, ngesikhathi evela eNkantolo yesiFunda eMgungundlovu efake imiyeko.

View Article


Uxoshiwe umfundisi owakhumulisa abazalwane

Ugcine ngokuxoshwa umfundisi waseBloemfontein webandla iSeventh-day Adventist obekade esolwa ngokuthi wakhumulisa izithandani ezingu-17.

View Article

Kuboshwe izithandani ngokweba imfuyo

Izithandani zaseFree State ezihlala epulazini elingaseBothaville ziboshelwe ukweba imfuyo emuva kokuqala ngokunqabela amaphoyisa ukuba angene kuleli pulazi.

View Article

Idonse amehlo omhlaba eyaseMarikana

Ukuchitheka kwegazi osekudlule nemiphefumulo engaphezulu kuka-30 eMarikana, eNorth West sekudonse amehlo omhlaba ngesikhathi kusuka uthuli lwezichwe.

View Article


UZuma uyabuya uzobhekana nezasekhaya

UMengameli wezwe uJacob Zuma usecele ozakwabo ukuthi bamdedele abuyele ekhaya, azobhekana nezindaba zezwe lakhe njengoba sekushone abantu abangu-45 emayini.

View Article


Abe-IPID baphenya ngolwaseMarikana

Uphiko oluphenya amacala amaphoyisa i-Independent Police Investigative Directorate seluqalile ukuphenya ngokufa kwabantu abangu-30 abadutshulwe ngamaphoyisa.

View Article

Ahoxisiwe awezikhulu ze-ANC eKZN

Ahoxisiwe amacala enkohlakalo nokukhwabanisa abantu abayisithupha, ababandakanya izikhulu ze-ANC KwaZulu-Natal, kusho iNational Prosecuting Authority (NPA).

View Article

Sitholakele isidumbu somfana owaminza

Sitholakele isidumbu somfanyana waseKapa oneminyaka eyisikhombisa ubudala ekusolakala ukuthi wamuka, kusho abezimo eziphuthumayo esifundazweni.

View Article

UMthethwa uzohambela eMarikana

UNgqongqoshe wezamaPhoyisa uNathi Mthethwa uzohambela emayini yeLonmin eMarikana, eRustenburg, kulandela izidubedube ezidlule nemiphefumulo engaphezu kuka-30.

View Article


Azikafiki izincwadi kwezinye izikole eLimpopo

Inhlangano yamalungelo abantu iSection 27 isiyichithe njengamanga imibiko yoMnyango wezeMfundo yokuthi sekuyaphuthulwa ukusatshalaliswa kwezincwadi eLimpopo.

View Article

Amaphoyisa enze okufanele - Phiyega

UKhomishana wamaPhoyisa kuzwelonke uRiah Phiyega uthi amaphoyisa athole imibiko evela ebantwini abahlukene yokuthi abavukuzi abebetelekile bebengavumi ukuhlakazeka.

View Article


Uvelile uthisha owadlwengula

Uvele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi eKrugersdorp uthisha osolwa ngokudlwengula intombazane yaseKagiso eneminyaka engu-16 ubudala.

View Article

Kudingidwe ngokuzingelwa kwezilwane

Udaba lokuzingela kube wudaba oluseqhulwini ezingxoxweni ebeziphakathi kweNingizimu Afrika neVietnam ezibanjelwe ePitoli ngoLwesihlanu.

View Article


Bekungenasidingo sokubulala - Nehawu

Udlame oluqubuke emayini iLonmin, eMarikana lwagcina ngokuthatha imiphefumulo yabantu abangu-34, belungenasidindo nesincane, kusho inyunyana iNehawu.

View Article

Balahlwe elokufuna ukubulala uMandela

Abasolwa abahlanu abangamavukela mbuso eBoeremag batholakale benecala lokwakha itulo lokubulala lowo owabe enguMengameli wezwe uNelson mandela.

View Article

Bengifuna ukuyofa nabo - Owenyunyana

Ukunxusa okusuka ekujuleni kwenhliziyo kwedluliswe kubavukuzi basemayini iLonmin, eMarikana eNorth West ngaphambi kokuthi amaphoyisa abavulele ngenhlamvu.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>