Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live

Uqhuba kahle uMandela - Ungqongqoshe

Owabe enguMengameli wezwe uNelson Mandela, uqhuba kahle kakhulu esibhedlela alaliswe kuso,” kusho uNgqongqoshe woMnyango wezokuVikela uNosiviwe Mapisa-Nqakula.

View Article


Kulimale abane engozini yesitimela eManzimtoti

Abantu abane balimele ngesikhathi isitimela esiyiguzu siphonseka emfuleni eManzimoti, ngaseThekwini, kusho abezimo eziphuthumayo.

View Article


Uthi ukhathazekile uGraça Machel

Unkosikazi waloyo owabe enguMengameli wezwe uNelson Mandela, uthi kubuhlungu ukubona impilo yomyeni wakhe iya ngokuya iba yimbi.

View Article

Kwesule undunakulu waseMali

UNdunankulu waseMali uCheick Modibo Diarra umemezele ukushiya isikhundla sakhe, ngemuva kokuthi ebanjwe waboshwa ngamasosha embangi yakhe u-Amadou Sanogo.

View Article

Kumbedele uthisha obhalise izingane indatshana

Uthisha waseFrance umisiwe emsebenzini kulandela izinsolo ezithi uyalele abafundi ukuthi babhale indatshana, bezicabanga benomuzwa wokufuna ukuzibulala.

View Article


Isiteshi samaphoyisa asihlangene nomuzi kaZuma

Ukwakhiwa kwesiteshi samaphoyisa endaweni yaseNkandla la kuzalwa khona uMengameli wezwe uJacob Zuma, yinto endala engahlangene nokulungiswa kabusha komuzi kamengameli.

View Article

Amabandla abhalele uZuma incwadi

Abaholi bamabandla sebebhalele uMengameli uJacob Zuma, bemxwayisa bethi umphakathi usuqala ukulahlekelwa yizimilo kakhulu, kusho umbiko.

View Article

Amabhange axwayise i-ANC

Amabhange asexwayise i-African National Congress athi kumele iqaphela umphumela wemigomo yeqembu, ezophasiswa enkomfeni enkulukazi eMangaung.

View Article


Owesifazane uzame ukulengisa ugogo wakhe

Ugogo waseVosloorus, Ekurhuleni, usinde kukubi umzukulu wakhe ezama ukumbulala ngokumlengisa, ngoba efuna ukusala nefa lomuzi womxhaso.

View Article


Kushone 6 kuwa ibhuloho eMpumalanga

Abayisithupha bashonile ngesikhathi kuwa ibhuloho emgaqweni u-R65, phakathi kwe-Ermelo neLothair, eMpumalanga, kusho uMnyango wezokuPhepha koMphakathi.

View Article

Iyabhubhisa imvula eKZN

Izingane ezintathu zishonile ngesikhathi kuwa imikhukhu iwela kuzo, njengoba kuqhubeka izimvula ezinamandla eThekwini, kusho amaphoyisa kaMasipala waseThekwini.

View Article

Usuku lwesine uMandela esesibhedlela

Usalokhu elalisiwe esibhedlela owabe enguMengameli wezwe uNelson Mandela, kanti kuqiniswe kakhulu ezokuphepha e-1 Military Hospital, ekulaliswe kuyo utata.

View Article

Kuhamba kahle ngama-ARVs e-E Cape

Azikho izinkinga esinazo ngokuhlinzeka imishanguzo yegciwane lengculazi nesandulela salo e-Eastern Cape, kusho uMnyango wezeMpilo esifundazweni.

View Article


Sekutakulwe abanye eThekwini

Abantu abayisishiyagalolunye abahlala emgwaqeni, sebetakuliwe emfuleni odla izindwani uMbilo River, kusho abahambisi bosizo oluphuthumayo.

View Article

Unenkinga emaphashini uMandela

Owabe enguMengameli wezwe uNelson Mandela ulele esibhedlela nje, uguliswa inkinga esemaphashini akhe, kusho umbiko ophuma eHhovisi likaMengameli.

View Article


Lingenile elikaTatane

Icala elibhekene namaphoyisa ayisikhombisa lokubulawa kuka-Andries Tatane ngesikhathi ebhikisha nabanye, liqalile futhi, ngemuva kwezinyanga ezintathu lama.

View Article

Bamhlinza bamshiya inaliti ngaphakathi

Ngemuva kokulaliswa esibhedlela, ukonakala kwananeleka umzimba wonke kwathi ihlombe lakhe nengalo yakhubazeka, ngemuva kwezinyanga eziyisishagalombili umthungo wakhe wavuvukala.

View Article


Kuboshwe iphoyisa eN West

Kuboshwe iphoyisa ngezinsolo zokufuna ukugwazelwa yisiboshwa kuze lizosidedela esitokisini, kusho amaphoyisa aseNorth West.

View Article

Kusalokhu kukubi eKZN ngenxa yemvula

Abantu abayishumi nane sebeshonile njengoba kuqhubeka imvula enamandla ehlasele KwaZulu-Natal, kusho amaphoyisa kamasipala waseThekwini.

View Article

USihlalo we-ANC eN West ufuna inkulumo noZuma

USihlalo we-ANC eNorth West uSupra Mahumapelo, uthi ufuna ukuxoxisana noMengameli uJacob Zuma amcele ukuthi afake owesifazane abe yiPhini lakhe.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>