Oklebe bamise uPolela emsebenzini
Umkhulumeli wophiko loKlebe uMcIntosh Polela, umisiwe emsebenzini kulandela ukuthi akhuluma emthombeni wezokuxhumana ephawula ngodaba lokudlwengulana kweziboshwa.
View ArticleUkushaqeka ngokubulawa kwephoyisa eHowick
Lowo oshaye ucingo obelucela usizo emaphoyiseni ubengazi ukuthi lokhu kuzophenduka isibhicongo ngesikhathi kubulawa iphoyisa laseMgungundlovu.
View ArticleLisuliwe icala lomyeni kaDe Lille
Icala lokushayela budedengu ebelibekwe umyeni kalowo oyiMeya yaseKapa uPatricia de Lille, lisuliwe ohlwini lwamacala, kusho umbiko.
View ArticleUmama ukhohlwe ingane otshwaleni
Owesifazane oneminyaka engu-28 ubudala, onosana olunenyanga eyodwa uzinese ngezinyembezi zikaFaro endaweni yokucima ukoma, kwathi esegoduka walukhohlwa ngemuva.
View ArticleUtholakale nesitho sangasese esikhwameni
Izolala ibaliwe indoda yase-Eastern Cape etholakale nesitho sangasese somshana wayo womfana esikhwameni sayo semali, ngokusho kombiko wamaphoyisa.
View ArticleUmfana ushayise wabulala izingane
Umfana oneminyaka engu-16 ubudala obeshayela imoto kagogo wakhe ngaphandle kwemvume, ushayise amantombazane amane, kwashona amabili kuwo.
View ArticleKumile ukudayiswa kwempahla ka-Edward Zuma
Angeke busafakwa endalini ubutsetse bempahla ehlanganisa nemoto eyi-BMW X5 kwendodana kaMengameli uJacob Zuma, u-Edward.
View ArticleKuboshwe osolwa ngokudlwengula
Kuboshwe indoda eGoli ngezinsolo zokudlwengula intombazane, 17, phambi kwengane yayo enonyaka owodwa ubudala, kusho amaphoyisa aseGauteng.
View ArticleOwe-ANCYL usolwa ngokufuna ukweseka uZuma
Uphiko lwentsha ye-ANC eGauteng selugxeke iPhini likaSihlalo walo uSimon Molefe, ngemuva kokuphawula kwakhe athi kumele kwesekwe uMengamelil uJacob Zuma.
View ArticleAngixhumi ekukhulelweni kwabafundi - Motshekga
UNgqongqoshe wezoMnyango wezeMfundo eyisiSekelo u-Angie Motshekga uthi ukukhulelwa kwezingane zisekole nothisha abafika bephuzile esikoleni akuyona inkinga yoMnyango wakhe.
View ArticleUbulale umzukulu ethi ulwa notikoloshe
UNgenisile Velaphi, 51, waseGugulethu eKapa, ubesele yedwa nomzukulu wakhe ononyaka, umama wengane engeko kanjalo nonkosikazi wakhe engekho ekhaya.
View ArticleLumisiwe uphenyo ngamaphoyisa aseKhayelitsha
Ikhomishana yophenyo obekumele iphenye ngokungasebenzi ngendlela egculisayo kwamaphoyisa eKhayelitsha, eKapa, isimisiwe, kusho yona le khomishana.
View ArticleBabevutha bengabaselwe abavukuzi kolwaseMarikana
Usisi olukhalisa unyembezi olwasetshenziswa amaphoyisa kubabhikishi baseLonmin alusizanga ngalutho njengoba abavukuzi baqhubeka nokumasha, kulalele ikhomishana yophenyo.
View ArticleUZuma uthembisa intuthuko
UMengameli Jacob Zuma utshele iNational Council of Provinces ehambele eDe Aar ukuthi uhulumeni uzimisele ngokuqeda ngokugqoza kwentuthuko emiphakathini ehlwempu.
View ArticleSekuhanjiswa izincwadi zangonyaka ozayo - Umbiko
UNgqongqoshe woMnyango wezeMfundo eyisiSekelo u-Angie Motshekga uthe seluqalile uhlelo lokuhanjiswa kwezincwadi zokufunda zangonyaka ozayo, eLimpopo.
View ArticleWacela usizo kwaSars uMpisane - Ubufakazi
Usomabhizinisi obhekene namacala uShauwn Mpisane, wacela abaqoqi bentela ukuthi babhekisise amabhuku akhe babone ukuthi uthembekile yini ekukhokheleni kwakhe intela.
View ArticleBabehamba nqunu abavukuzi bechelwa yinyanga
Abavukuzi abanqunu babonakala beshaya ujenga belindele ukuchelwa ngomuthi ababekholwa ukuthi uzobenza bengabonakali, kusho ubufakazi bephoyisa ngaphambi kwekhomishana.
View ArticleKufunwa izihlobo zoshone engozini
Amaphoyisa ase-Eastern Cape afuna izihlobo zowesilisa owashona esehlakalweni sengozi yomgwaqo eyenzeka phakathi kweButterworth neDutywa.
View ArticleKubuyile ukuthula oShabeni - ANC
Amaqembu ezombusazwe ogwini oluseningizimu neKwaZulu-Natal athi enelisekile ngemiphumela yokhetho lokuchibiyela olubanjwe oShabeni, ePort Shepstone.
View ArticleKuxwayiswa ngomkhonyovu wamakhadi
Amaphoyisa asekhiphe isexwayiso ezakhamuzini zaseRichards Bay ukuba ziqaphele amaqola angase aziqole amakhadi azo asemabhange noma awasebenzisele umkhonyovu.
View Article