Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Kulimale indoda engozini yomgwaqo e-KZN

Kulimale indoda esehlakalweni sengozi yomgwaqo, eyenzeke ku-R103, eCamperdown, esifundazweni saKwaZulu-Natal, kusho abahambisa usizo lokuqala.

View Article


Kuboshwe aboMnyango wezaseKhaya

Kuboshwe abantu abathathu abasebenzela uMnyango wezaseKhaya esifundazweni saseLimpopo naseWestern Cape, besolwa ngamacala enkohlakalo.

View Article


Sicela nizinakekele - Ungqongqoshe

Abahlali basesifundazweni saseGauteng bayanxuswa ukuthi bazinakekele baziphathe ngendlela ephephile njengoba kuyisikhathi samaholidi kaKhisimusi.

View Article

Kuhlasele umalaleveva eLimpopo

Isifo sikamalaleveva sesihlasele kwazwela esifundazweni saseLimpopo, njengoba imibiko ithi sesidlule nemiphefumulo yabantu abangu-14, kusukela ngenyanga ka-Okthoba.

View Article

Akukaboshwa muntu ngokubulawa komfundisi

Akukaboshwa muntu ngesehlakalo sokugwazwa kubulawe umfundisi waseNewlands, eThekwini, obulawe eNew Germany ngesonto eledlule.

View Article


Kushone umama kaPater Mokaba

Iqembu elibusayo i-African National Congress lidlulise amazwi enduduzo emndenini wakwaMokaba, oshiywe ngumama wekhaya nogogo, umama uPriscilla Mokaba.

View Article

Kutholakale isidumbu esakhiweni oThongathi

Kutholakale isidumbu esakhiweni esiyinxanxathela yezitolo, nesawa oThongathi, kanti kukholakala ukuthi esomuntu owayebamba inkunzi.

View Article

Sekuminze abangu-26 eLimpopo

Bangu-26 abantu asebeminzile esifundazweni saseLimpopo, kusukela kuqale amaholidi kaKhisimusi, kusho amaphoyisa.

View Article


Ningamthathi kancane uMachel - Isixwayiso

Akekho namunye emndenini wakwaMandela onelungelo lokucwasa noma akhiphe inyumbazana umfelokazi kaNelson Mandela, uGraça Machel, kusho abasebukhosini babaThembu.

View Article


Kutholakale iphoyisa lishonile ehhovisi

Isikhulu samaphoyisa esaziwayo kuleli laseNingizimu Afrika, sitholakale sishonile ehhovisi laso elisePitoli, kusho umbiko wabezindaba.

View Article

Angeke kungcwatshwe eKurhuleni

Azovalwa ngoKhisimusi nangosuku lokuqala onyakeni, amathuna angaphansi kukaMasipala waseKurhuleni, kusho umbiko kamasipala.

View Article

Ayimile impi ngama-etolls

Kuyaqhubeka ukushuba kwamazwi phakathi kwabeSanral ne-JPSA, mayelana nohlelo lokukhokhelwa kwemigwaqo yasesifundazweni saseGauteng.

View Article

Kushone indoda engozini yesikebhe

Umuntu oyedwa ushonile kwathi abanye abathathu balimala ngesikhathi kucwila isikebhe ebesibathwele, ngaseHermanus, esifundazweni saseWestern Cape.

View Article


Liboshiwe iphoyisa elakhuthuza isidumbu

Lizobuyela ngaphambi kwenkantolo, mhlaka-16 Januwari, iphoyisa elibhekene necala lokweba u-R900, elawuthatha kumuntu owashona engozini yomgwaqo.

View Article

Kungenzeka yini iNumsa ibe yiqembu lezombusazwe?

Kungenzeka ukuthi inyunyana iNational Union of Metalworkers of South Africa (Numsa), iphezu kwezinhlelo zokuba yiqembu lezombusazwe elizoncintisana neqembu elibusayo.

View Article


Kushone ohamba ngezinyawo eMgungundlovu

Kushone indoda kwathi enye yalimala esehlakalweni sengozi yomgwaqo eyenzeke eMgungundlovu, kusho abahambisa usizo oluphuthumayo.

View Article

I-ANCYL ifisela abantu uKhisimusi omuhle

Uphiko lwabantu abasha i-ANC Youth League selufisele abantu baseNingizimu Afrika uKhisimusi omuhle nonezibusiso.

View Article


Kushone indoda engozini eThekwini

Kushone indoda kwathi amalungu amane omndeni owodwa alimala esehlakalweni esenzeke ku-M13, ngaphambi kokuthi ufike ku-Everton Road, ngaseHillcrest, eThekwini.

View Article

Baningi asebeshone ezingozini zikaKhisimusi

Kusukela kuqale inyanga kaDisemba, balinganiselwa ku-855 abantu asebeshonile ezingozini zomgwaqo kulo lonke leli laseNingizimu Afrika, kusho abakwa-RTMC.

View Article

Uqave ukubedlula bonke uJesu

UJesu Krestu uqengqeleza phezulu ohlwini lwabantu abaqavile abake baba khona emhlabeni, kusho umbiko wabe-website iWikipedia.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>