Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live

Okuvezwa wumbiko ngeNkandla

UMengameli wezwe uJacob Zuma wathola uxhaso oluza kuye ngqo, ngesikhathi elungisa umuzi wakhe oseNkandla, olungiswe ngezigidi zamarandi.

View Article


Udilikaleke kumdlwenguli wase-KZN

Owesilisa waKwaZulu-Natal ugwetshwe udilikajele ngemuva kokulahlwa yicala lokudlwengula umshana wakhe, 3, eMount Moriah, eThekwini.

View Article


Luyelulama usana oludlwenguliwe

Imibiko yodokotela ithi ilulama ngendlela ingane enamasonto ayisithupha izelwe, ekubikwa ukuthi idlwengulwe ngumalume wayo.

View Article

UMalema usola i-ANC ngokuba namagqubu

Umholi we-EFF uJulius Malema usole i-ANC ngokumbambela igqubu ekubeni yabaxolela laba ababulala izishoshovu zobandlululo, esho etshela abalandeli bakhe.

View Article

Hlolelani i-HIV - IFP

Iqembu iNkatha Freedom Party isigqugquzele abantu bakuleli ukuthi baphume ngobuningi babo bayohlolelwa isandulela ngculazi ngeWorld Aids.

View Article


Zimkhalele osolwa ngokubulala unkosikazi

Owesilisa waseNorth West usolwa ngokubhokoda ngommese abulale unkosikazi wakhe ngemuva kokuqubuka kwengxabano lezi zithandani zihleli emotweni.

View Article

UWinnie akasoze ajoyina i-EFF - Malema

Isishoshovu sezombusazwe uWinnie Madikizela-Mandela angeke ayijoyine i-Economic Freedom Fighters, kusho umholi waleli qembu uJulius Malema.

View Article

Kuphambene nomthetho ukudalula ngeNkandla

NgokukaSection 7(2), wePublic Protector Act 23, kuphambene nomthetho ukuthi kudalulwe umbiko osezandleni zomvikeli womphakathi, kusho isitatimende seHhovisi loMphakathi.

View Article


Kudlwengulwe owesifazane emkhulekweni

Umfundisi waseMpumalanga osenqume ukuthi ingasaba khona imikhuleko ebanjwa ubusuku bonke kulandela ukuthi ibandla ligetshengiwe kwase kudlwengulwa owesifazane.

View Article


Ngeke ubalwe umbuzo 'obulumela'

Umbuzo obumayelana nokudlwengulwa kwengane ephepheni lokuhlolwa kukamatikuletsheni ngeke ubalwe uma sekumakwa amaphepha , kusho uMnyango wezeMfundo eyisiSekelo.

View Article

Kushone 12 engozini eN West

Kushone abantu abangu-12 kwathi abanye abangu-8 balimala ngesikhathi kushayisana amatekisi amabili emgwaqeni u-N12 ngaphandle kwaseKlerksdorp, eNorth West.

View Article

Amaphoyisa athungatha osolwa ngokubulala

Amaphoyisa asephume inqina athungatha owesilisa waseLimpopo osolwa ngokubulala intombi yakhe nosana olononyaka owodwa ubudala eThabazimbi, kusho amaphoyisa.

View Article

Intombazane, 13, kwelokubulala nokudlwengula

Intombazane eneminyaka engu-13 ubudala, iboshiwe mayelana necala lokubulawa kwengane eneminyaka emibili ubudala kanjalo nokudlwengulwa kwenye.

View Article


Uyavela osolwa ngokudlwengula umzala wakhe

Uyavela eNkantolo yeMantshi yaseLichtenburg owesilisa, 25, osolwa ngokudlwengula umzala wakhe ongaphilile kahle ekhanda epulazini eliseHelenia, ngaseLichtenburg.

View Article

Akucaci ngemizi yaseNkandla

Ongqongqoshe basho okungafani mayelana nokudayiswa kweminye yemizi esekhaya likaMengameli Jacob Zuma, eNkandla, kusho umbiko.

View Article


UMcKenzie uthi ungumholi uStaggie

UMengameli weqembu iPatriotic Alliance, uGayton McKenzie, usencome loyo owabe engumholi weqembu lezigelekeqe ezesatshwayo eKapa, amaHard Livings.

View Article

Lingase lifakwe amasondo ikhansela elibandlululo

Lingase lixoshwe ikhansela leDA edolobheni laseKapa elatshela unogada omnyama ukuthi "abantu abamnyama abafanele ukuba seRobertson kodwa kumele baye e-Eastern Cape.”

View Article


I-ANC iphika eyengqungquthela ephuthumayo

I-African National Congress ikuphikile ukuthi kuzofakwa isicelo sokuba kubanjwe ingqungquthela ephuthumayo yekomidi eliphezulu ngempelasonto ezayo.

View Article

Uyazifela ngomkakhe omshiya ngengu-20 ubudala

Abaligqizi qakala igebe leminyaka engu-20 ekhona phakathi kwabo uRose Cele-Shabalala, 53, noZama Shabalala, 33, ababophe ifindo lomshado.

View Article

Akabonakalanga uMalema eBekkersdal

Usale unkemile umphakathi waseBekkersdal, ngesikhathi engabonwa nangokhalo umholi weqembu ebelizokwethulwa, i-Economic Freedom Fighters (EFF).

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>