Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Konke kumi ngomumo - IEC

Abe-Independent Electoral Commission bathi sebemi ngomumo ukubhekana nokhetho lokuchibiyela oluzobanjwa emawadini angu-22, ezifundazweni ezingu-8.

View Article


Abesifazane sebelala namadoda amaningi kunakuqala

Ucwaningo olusanda kwenziwa e-United Kingdom, luthi abantu besifazane sebezishintshe kakhulu izinto uma kuyiwa ocansini.

View Article


Kutholakale isidumbu sowesifazane

Kutholakale isidumbu sowesifazane emkhukhwini wakhe osendaweni yaseGeorge, kusho amaphoyisa aseWestern Cape.

View Article

Bazogwetshwa ababulali bakaHenning

INkantolo eNkulu yasePitoli kulindeleke ukuthi iqale izingxoxo zokwethulwa kwesigwebo ecaleni lamadoda amabili alahlwe yicala lokubulala uChanelle Henning.

View Article

Kusaqhubeka ukuthungatha oThongathi

Kuyaqhubeka ukuthungathwa kwezidumbu njengoba sekuphele isonto kwabhidlika isakhiwo esasizoba yinxanxathela yezitolo oThongathi, enyakatho neTheku, kusho amaphoyisa.

View Article


U-Agliotti waboleka imali kuKrejcir - Umbiko

Lowo owalahlwa yicala lokudayisa nokushushumbisa izidakamizwa uGlen Agliotti waboleka u-R400 000 enkampanini eyamaniswa nosomabhizinisi waseCzech Republic uRadovan Krejcir.

View Article

Ngingayishiya iCosatu - Jim

Isinqumo sokushiya umfelandawonye wezinyunyana zabasebenzi iCosatu, kuyoba yisinqumo sokugcina ngci engingasithatha, kusho uNobhala Jikelele wenyunyana iNumsa.

View Article

Kukhalwa ngombuzo 'obunganambitheki'

Uthole okukhulu ukugxekwa umbuzo wokuhlolwa kukamatikuletsheni esifundweni se-drama obuthi abafundi abachaze ukuthi bangalingisa kanjani ukudlwengulwa kosana esteji.

View Article


Uyazisola 'owacela umshado kumlamu wakhe'

U*Bongani Maziba uthi usegqemeke engeqiwa ntwala ngemuva kokwaliwa yintombi yakhe kulandela ukuthi enze iphutha washela udadewabo kantombi kuWhatsapp.

View Article


Izinguquko emaphepheni okuhlolwa kwabafundi

UMnyango wezeMfundo emazingeni ayisiSekelo, ungase ungabe usayifaki imibuzo ngokudlwengulwa kwezingane, emaphepheni okuhlolwa kwabafundi.

View Article

Ukhulelwe ona-8 odlwenguliwe

Umphakathi wase-Uitenhage uhlangane ngaphandlekwenkantolo la bekuvela khona amadoda amabili asolwa ngokudlwengula izingane ezimbili ezineminyaka engu-8 ubudala.

View Article

Kushone 6 engozini eDiepsloot

Kushone abantu abayisithuba, ababili balimala kabi ngesikhathi itekisi ilala amankeyane ngaseDiepsloot, kusho abosizo lokuqala.

View Article

UTutu uyakhala ngokwenzeka ezweni

Umbhishobhi uDesmond Tutu kanye nezinye izishoshovu ezindala, basayine phansi zixwayisa abantu ngalokhu abakubiza "ngokuhlukunyezwa kwentando yeningi".

View Article


Ubelethe waqeda wayobhala iphepha

Intombazane yaseKapa ibe nesibindi esimangalisayo yahamba yayobhala iphepha layo lesiBhunu, kusaphele amahora amane kuphela iqede ukubeletha.

View Article

Abavukuzi babezimisele ngokubulala - Iphoyisa

khomishana kaFarlam itshelwe ukuthi amaphoyisa ezobunhloli athola imininingwane ethi abavukuzi ababebhikisha eMarikana babengazimisele ukuvele babeke phansi izikhali.

View Article


Ulahlwe elokubulala ngokungenhloso uLanga

Unjiniyela uSibusiso Langa, 46, ugcine elahlwa yicala lokubulala ngokungenhloso, ngesikhathi iJaji likhipha isinqumo ngaphambi kweNkantolo eNkulu ePitoli.

View Article

Kubuyiswe umthwalo ka-R23m owebiwa eHong Kong

Kubuyiswe umthwalo wezimpondo zobhejene nezezindlovu, ongaba yinani lika-R23m, ngentengo yasemgwaqeni, kusho uphiko loKlebe.

View Article


Kuthiwa iNingizimu Afrika ayiphenye iZimbabwe

Inkantolo eNkulu yokweDluliswa kwamCala kuleli laseNingizimu Afrika, isiphoqe ukuthi kuphenywe izikhulu zaseZimbabwe, ezisolwa ngokuhlukumeza abantu bezwe.

View Article

Azoba yimpoqo amalaptop kubafundi

Abafundi bonyaka wokuqala e-University of Johannesburg (UJ), bazophoqeleka ukuthi babe ne-laptop noma ne-tablet, kusukela ngonyaka ka-2014.

View Article

Uyavela enkantolo osolwa ngokudlwengula

Uyavela eNkantolo yeMantshi yaseKimberley owesilisa waseNorthern Cape osolwa ngokudlwengula usana olunamasonto ayisithupha luzelwe, eGaleshewe, kusho amaphoyisa.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>