Kukhalwa ngesihluku sabaqaphi baZuma
Ukuchiliza abathwebuli bezithombe kanye nokukhahlela ikhamera - esinye sezigameko esinesihluku esenziwe ngabaqaphi bezikhulu zikahulumeni, iPresidential Protection Unit.
View ArticleZivikeleni uma niya ocansini - IKhabhinethi
IKhabhinethi linxuse abantu bakuleli ukuba bazithibe ocansini, bathembeke basebenzise amakhondomu ukuze basize uhulumeni emizamweni yakhe yokulwisana nesifo sengculazi.
View ArticleICosatu icela ushwele ezinyunyaneni
Umfelandawonye wezinyunyana zabasebenzi iCosatu, usucele inyunyana iNumsa, kanjalo nezinye izinyunyana ukuthi bangaluyisi enkanotlo udaba olubgoVavi.
View ArticleKuboshwe ikhansela eNorth West
Kuboshwe ikhansela laseLethabong, ngaseRustenburg, kanye nabanye abantu abangu-9, kulandela ukuqubuka kodlame embhikishweni, kusho amaphoyisa aseNorth West.
View ArticleSingase sicekelwe phansi isakhiwo oThongathi
UMasipala waseThekwini ubheka izinhlelo zokuphoqa abathintekayo ukuba bacekele phansi inxanxathela yezitolo ebhidlike ingakaqedwa ukwakhiwa oThongathi, enyakatho neTheku.
View ArticleZimkhalele uthisha odlwengule umfundi
Ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela uthisha ngezinsolo zokudlwengula umfana, 10, eMapetla, eSoweto, kusho amaphoyisa.
View ArticleKushone izingane ezimbili engozini
Abezimo eziphuthumayo bathi kushone izingane ezimbili ngesikhathi zishayiswa yiloli emgwaqeni u-R512 eRhenosterspruit, ngaseLanseria, kwathi ezinye ezimbili zalimala.
View ArticleZimkhalele ngelokudlwengula umzukulu
Umkhulu oneminyaka engu-77 ubudala ulale ebaliwe ngezinsolo zokuthi udlwengule umzukulu wakhe eKlipspruit, eSoweto, kusho amaphoyisa.
View ArticleUMotsoaledi uthi abantu abayiqondisisi i-NHI
Abantu abaluqondi kahle uhlelo iNational Health Insurance (NHI), kusho uNgqonqgoshe woMnyango wezeMpilo u-Aaron Motsoaledi.
View ArticleKushone 15 engozini yebhasi eLimpopo
Kushone abantu abangu-11 kwathi abanye balimala ngesikhathi kwehla ingozi ebandakanya ibhasi neToyota Corolla emgwaqeni omkhulu u-N1 ngaseMakhado, eLimpopo.
View ArticleBaboshiwe abaduna imoto eGoli
Agcine eboshiwe amadoda amane mayelana nesigameko sokudunwa kwemoto enkabeni yedolobha, nokwaba ngumdabamlonyeni ngesikhathi kufakwa ku-internet.
View ArticleUmbani ubulale 9 eMpumalanga
Uhulumeni waseMpumalanga uthe uzoyifakela izibuko indaba yezimo abantu abaziphilisa ngokusebenza ezinkontilakini abaphila ngaphansi kwazo.
View ArticleUgogo wazibonela indoda iqhoqhobele umzukulu
Ugogo oneminyaka engu-63 ubudala wazibonela ngawakhe umdlwenguli oneminyaka engu-39 ubudala, evalele umzukulu wakhe oneminyaka engu-6 ubudala.
View ArticleUfakazi uthi umsolwa wasongela umufi
INkantolo eNkulu ehleli eNkantolo yeMantshi ePalm Ridge ilandiswe ngezinsongo zokugwaza ezenziwa nguLorraine Mogapi othengisa umzimba, esabisa uChristopher Bates.
View ArticleUMotsoaledi ukhala ngengqalasizinda e-E Cape
UNgqongqoshe wezeMpilo kuzwelonke, u-Aaron Motsoaledi, uzwakalise ukuthi isifunda sase-OR Tambo e-Eastern Cape sisilele ngemuva kakhulu ngengqalasizinda yezempilo.
View ArticleUsonhlalakahle uboshelwe elokudlwengula
Kuboshwe usonhlakalakahle waseNquthu, waphinde wamiswa emsebenzini, kulandela ukuthi intombazane eneminyaka engu-15 ubudala, iphumele obala yathi wayidlwengula.
View ArticleAmaphephandaba awabanga nandaba neNkandla
Bekungathi abezindaba bathi babonwa yini, beshicilela izithombe zomuzi kaMengameli uJacob Zuma, ngemuva kokuthi kuthiwe ukushicilelwa kwezithombe kuphambene nomthetho.
View ArticleI-DA ikhalisa abashonelwe engozini
Iqembu i-DA lidlulise amazwi enduduzo emindenini yalabo abashone engozini yebhasi eMakhado, eLimpopo, kwashona abantu abangu-11.
View ArticleAkubanga nazihibe ukuhlolwa - Motshekga
Ukugula kwabafundi, ukubanjwa kwabanye nomakhalekhukhwini ngezinye zezinto ezincane ezibonakale ngezikhathi kuqhubeka ukuhlolwa kukamatikuletsheni.
View ArticleAkanamnyakazo owashonelwa wu'Ben 10'
Akwaziwa mbantshi kujiya ngecala lokushaya ebelivulwe ngowesifazane oneminyaka engu-31 ubudala, ekwashona ishende lakhe elineminyaka engu-16 ubudala, uNyasha Johwa.
View Article