Kuthungathwa umfana odukile
Sekuphele cishe amahora angu-16 kuthungathwa umfana, 10, ogcine ukubonakala ephuma esikoleni afunda kuso iJAI Hind Primary, ePort Shepstone.
View Article'Ngangimbuka edlwengula amadodakazi'
Umama waseKimberley uthi uzisola yena uqobo ngesenzo somyeni wakhe sokuthi akhulelise indodakazi yabo endala, aphinde adlwengule nenye encane.
View ArticleIyavalwa iMcCord Hospital
Isibhedlela esineminyaka engu-104 ubudala iMcCord Hospital, eThekwini, sizovalwa kuleli sonto ngemuva kokubhuntsha kwezingxoxo phakathi kwaso noMnyango wezeMpilo.
View ArticleKudingidwa eyamaloli kuField's Hill
UNgqongqoshe wezokuThutha esifundazweni saKwaZulu-Natal, uzoqalisa izingxoxo namhlanje nenhlangano yamaloli athutha impahla kanye nabamabhizinisi.
View ArticleBekudlange izitelaka nyakenye
UMnyango wezabaSebenzi, utshele abezindaba wathi iziteleka ezobonakale kuleli laseNingizimu Afrika ngonyaka owedlule, zikhule ngokuphindaphindiwe.
View ArticleUvele enkantolo osolwa kwawocansi
Uvele enkantolo owabe enguthisha kwesinye sezikole eFree State, nongomunye wamadoda abhekene necala lokusabalalisa izithombe eziveza izingane zisocansini.
View ArticleLibalahlile elokubulala usana lwabo
INkantolo yeMantshi yaseProtea ithole izithandani zinecala lokubulala ngokungenhloso, ukuhlukumeza kanye nokudlwengula ingane yazo eyayinezinyanga eziyishumi izelwe.
View ArticleKuboshwe abasolwa ngokubulala ivolontiya
Kuboshwe amadoda amabili aseKurhuleni, asolwa ngokubulala obeyivolontiya emaphoyiseni akwaMasipala waseGoli, kusho umbiko wamaphoyisa.
View ArticleKutholakale izidumbu zasebekhulile
Kutholakale izidumbu zabesifazane ababili asebekhulile, zitholakala emzini othile eLenasia, ku-extension 11, kusho amaphoyisa aseGauteng.
View ArticleBanqatshelwe ibheyili ababulala uyise
Zinqatshelwe ibheyili izelamani ezintathu ezibhekene necala lokuthumba nokubulala ubaba wazo owatholakala evalelwe egumbini emzini wakhe.
View ArticleUbuye newadi owaxoshwa yi-ANC
I-African National Congress ikwazile ukugcina amawadi amabili kwamathathu ngesikhathi kunokhetho lokuchibiyela eTlokwe, eNorth West.
View ArticleZimkhalele osolwa ngokubulala isalukazi
Ulale ebaliwe owesilisa, 42, onukwa ngecala lokubulala nokukhwabanisa ePaulpietersburg, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.
View ArticleKushone indoda isemsebenzini eKZN
Kushone owesilisa owelwe yisikhenke seloli abesebenza kulo ePinetown, ngaseThekwini, kusho abezimo eziphuthumayo.
View ArticleICosatu kulindeleke ikhulume nabezindaba
Umfelandawonye wezinyunyana zabasebenzi iCosatu kulindeleke ukuthi ibambe isithangami sabezindaba ngemuva komhlangano wesigungu esiphezulu odonse izinsuku ezintathu.
View ArticleKuboshwa uSelebi - Umbiko
Owabe enguKhomishana wamaPhoyisa owaxoshwa emsebenzini, uJackie Selebi ubekwe icala ngumphenyi ozimele uPaul O'Sulliva, ofuna amhlawule isamba esingu-R40 million.
View ArticleUlahlwe yicala lokubulala umfowabo
Utholakale enecala lokuba yingxenye yokwakha itulo lokubulawa kukamfowabo owesifazane, 63, nokuthiwa wamthumelela ngezinkabi.
View ArticleAmabhoklolo athi akawuchame awuphuze
Umama waseGauteng, usola uMnyango wezeMfundo ngokwehluleka ukusiza indodana yakhe eyaphoqwa ngamabhoklolo ukuthi ichame bese iphuza umchamo wayo.
View ArticleOgula ngekhanda ubulale ubaba nogogo
Umphakathi waseMalamulele, eLimpopo, usabambe ongezansi kulandela ukuzwa izindaba zokuthi owesilisa obaziwa ukuthi akaphilile kahle ekhanda ubulale ubaba wakhe.
View ArticleUmsakazi wacela ukuncelwa ubuntu e-studio
Umsakazi esiteshini somphakathi eKapa, uZamile Mkontwana, usevumule ukuthi waveza ubuntu bakhe engaphakathi ezindlini zokusakaza wacela ukumuncwa.
View ArticleUmqashi usaqhubeka nokubethela uMay
nkampani yeloli eladala isibhicongo sengozi kuField’s Hill isikhiphe umbiko othi iphutha lomshayeli yilona elenza iloli langasebenza kahle, kwase kuholela engozini.
View Article