Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live

Kuthungathwa ubaba onyamalale nengane

Amaphoyisa asePhoenix, enyakatho neTheku, aphenya icala lokuthumba kulandela imibiko yokuthi ubaba wengane yentombazane, 2, uyithathe kubo wakhala amaphepha.

View Article


Abanye abakhulile ababulewe

Zisale zithuthumela izakhamuzi zaseBoland, eWellington, kulandela ukubulawa kwabashadikazi asebekhulile nekutholakale izidumbu zabo emzini wabo.

View Article


Amaphoyisa kwi-video esolisayo

Amaphoyisa aphenya nge-video ekhombisa iphoyisa lesilisa lamukela imali, bese kuvela nephoyisa lesifazane kubukeka sengathi bebezibandakanya kwezocansi.

View Article

UGcabashe wabanjiswa ngumazisi

Umazisi okhomba ukuthi lowo owayezibiza ngomculi kamasikandi osewashona empeleni unguSibusiso John Gcabashe watholakala ufihlwe emabhlukweni amathathu angaphansi.

View Article

Anginanxa noMadonsela - Malunga

Akukho ukuklwebhana phakathi koMvikeli woMphakathi uThuli Madolsela nesekela lakhe uKevin Malunga, kusho umbiko.

View Article


I-ANC ayikhohlwe yivoti lami - Tutu

U-Archbishop Emeritus Desmond Tutu uthi angeke aze ayivotele i-African National Congress, ebhala umbono wakhe oshicilelwe ephephandabeni.

View Article

Afakwe umaka amakhaya ezigelekeqe

Amaphoyisa amabili aseKapa asenqume ukumaka ngopende obumvu imizi ehlala abangamalungu ezigelekeqe nabadayisa izidakamizwa ukuze umphakathi uzobazi.

View Article

Kubulawe obelwela ukuthula eThekwini

Isakhamuzi saseThekwini ebesimelene nobugebengu uMandla Nhlozi, 35, obesebenzela uMasipala waseThekwini, eMnyangweni wezokuPhepha.

View Article


Kubulawe umholi weSadtu eKZN

Amaphoyisa kumele asebenze ngokuzimisela ukuze kuboshwe ababulali bakalowo obengumholi weSA Democratic Teachers' Union (Sadtu) uNathi Zondi, kusho iSACP.

View Article


Umunyu kukhunjulwa umfundi oshonile

Bekunomunyu wodwa enkonzweni yesikhumbuzo sikaPhakama “Phaks” Ndlovu, obefunda esikoleni iSt Stithians Boys College, eRandburg.

View Article

Kushone 8 ezikoleni zokusoka - Umbiko

Kushone abafana abayisishiyagalombili ngemuva kokuhambela izikole zokusoka KwaMhlanga naseVerena, kusho amaphoyisa aseMpumalanga.

View Article

Omunye odutshulwe enkantolo eKapa

Indoda ebekulindeleke ukuthi ivele ngaphambi kwenkantolo mayelana necala lokubanjwa nesibhamu, idutshuliwe ingaphandle kweNkantolo yeMantshi yaseGoodwood.

View Article

Kushone indoda idutshulwa eThekwini

Kushone owesilisa esehlakalweni sokudubula esenzeke emgwaqeni waseWestville, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal, athi bekungakaboshwa muntu.

View Article


Kuzoliwa nezinkantolo zasehlathini - Mthethwa

Asikho nesincane isizathu esingachaza kuzwakale ukuthi kungani abantu bezibandakanya nobuxhwanguxhwangu, bezithathela umthetho ngezandla.

View Article

Kuqokwe isikhulu kwi-Agang

Isikhulu nochwepheshe kwezezimali uNkosinathi Solomon, useqokelwe esokuba nguMqondisi eqenjini elisha lezombusazwe i-Agang, kusho iqembu.

View Article


UTutu kumele amele iqiniso - ANCYL

U-Archbishop Emeritus Desmond Tutu kumele alimele iqiniso njengoba engumuntu wenkonzo, kusho i-African National Congress Youth League.

View Article

Esinye isalukazi esibulewe eKZN

Kuphinde kwadlwengulwa kwabulawa esinye futhi isalukazi, 92, saseBergville, KwaZulu-Natal sizibuyela emngcwabeni wesihlobo, kusho umholi wendawo.

View Article


I-NFP ixoshe amakhansela amathathu

INational Freedom Party (NFP) imemezele ukuthi isixoshe amakhansela amathathu ayo nabeseseka iNkatha Freedom Party (IFP) uma kunemihlangano yemikhandlu.

View Article

Bazovula icala abashayeli bezindiza ebebeboshiwe

Abashayeli bezindiza bakuleli laseNingizimu Afrika nababoshwa eNamibia, bangase bavule icala lokuboshwa kube kungafanelekile, kusho umbiko.

View Article

AbakwaSars bashaqe impahla yakwaMpisane

Abaqoqi bentela, sebethole imvume yokushaqa amabhilidi amahlanu eziqumama zakwaMpisane, uSbu nonkosikazi wakhe uShauwn, kusho umbiko wakamuva.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>