Kushone owesifazane kwathi abanye abantu abangu-32 balimala kabi ngesikhathi iloli itholana phezulu nebhasi ngasemgwaqeni ochezukela eMooinooi, ngaseMarikana.
↧