Inyunyana iNational Union of Metalworkers of SA isijoyine abanye abaningi abathi bafuna ubekwe obala umbiko ngokulungiswa komuzi kaMengameli uJacob Zuma, oseNkandla.
↧