Yize noma eselele ukulala kwafuthi, akukabi khona ukuthula ngoHappy Sindane, njengoba imindeni yakhe emibili, okungowakwaMzayiya nowakwaSindane, ibanga ukumngcwaba.
↧