Kushone owesilisa ngesikhathi imoto yakhe igqamuka amalangabi kulandela ukutholana phezulu nenye emgwaqeni uN2 ngaseRichards Bay, kusho abosizo lokuqala KwaZulu-Natal.
↧